Link Construction,Cleaning and Supplies Pty

Link Construction,Cleaning and Supplies Pty Building,Roofing,Plastering,Painting services.Stainless steel works.Medical and General supplier.Con

πŸ‡ΏπŸ‡¦ Happy National Women's Day from Link Construction, Cleaning & Suppliers! 🍹🍾
09/08/2026

πŸ‡ΏπŸ‡¦ Happy National Women's Day from Link Construction, Cleaning & Suppliers! 🍹🍾

Kuyenzeka usebenze kodwa uhluleke ukwakhela Izingane zakho noma umndeni wakho ikhaya elihle nobafisela lona ngenxa yeziz...
13/06/2026

Kuyenzeka usebenze kodwa uhluleke ukwakhela Izingane zakho noma umndeni wakho ikhaya elihle nobafisela lona ngenxa yezizathu eziningi...kuyenzeka futhi ungasebenzi or usebenze umsebenzi ongeke ukwazi ukuvusa ikhaya ngawo....

Lalela..uyazi ukuthi ungakwazi ukwakhela umndeni wakho ikhaya usushonile? Kufezeke isifiso sakho ongakwazanga ukusenza usaphila kodwa senzeke ungasekho emhlabeni?

Lokhu ungakwenza ngokuthi uthathe i Life Cover bese ukhetha Umuntu omethembayo ukuthi uzosale enze omutshele ukuthi akwenze uma ushona.

22/04/2026

Advice kubantu bakithi abamnyama, before uqale ukwakha umuzi wakho kumele ubize i Geotechnical Engineer/Technician ukuthi izothatha ama samples enhlabathi kwi site ozokwakha kuyona,bese iya kwi Lab ukuze babheke ukuthi umhlaba wakho ukulungele yini ukuthi kwakhiwe kuwona.ama results ase Lab azosiza ukuthi sazi ukuthi indlu yakho kumele yakhiwe kanjani.

Okwesibili kumele uthole an Architectural Technologist who is registered with SACAP ukuthi akudwebele your house plan,ungadwetshelwa nje Umuntu wangakini okwazi ukudweba..Umuntu ozokudwebela kumele aye kobona your site,adwebe indawo eseyibonile....akumele futhi uthenge a house plan esi ready maybe ebiyakha kwenye indawo.

Address

Durban North

Opening Hours

Monday 08:00 - 17:00
Tuesday 08:00 - 17:00
Wednesday 08:00 - 17:00
Thursday 08:00 - 17:00
Friday 08:00 - 17:00
Saturday 08:00 - 12:45

Telephone

+27836107385

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Link Construction,Cleaning and Supplies Pty posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Link Construction,Cleaning and Supplies Pty:

Shortcuts

Share