18/03/2026
INGABE unesifiso sokuba Umfundisi webandla ? Hleze kungaba ithuba lakho leli
kuthungathwa uMfundisi ofunwa ibandla I FAITH MINISTRIES INTERNATIONAL njengoba ethungathelwa ukuba uMfundisi oqotho ngamagalelo akhe okuba ingxenye yebandla. LoMfundisi ofunwa lapha kuzothi uma etholwa ahambe eshumayela emzini yabantu, enike abantu amaphepha abanxenxa ukuba bathutheleke kulelibandla kanye nokushumayela kuma Open Airs konke lokhu uzokwenza ngaphandle kwenkokhelo ngoba usebenzela uNkulunkulu.
Nankake ama REQUIREMENTS makube uMfundisi obhabhadisiwe , Abe ne Diploma/ Degree ecacisa ngempela ukuthi unguMfundisi , makube umuntu ozozinikela ongabheke nkokhelo , 10 years ye Experience yokuba uMfundisi. Umuntu ona 35 ofunakalayo nakhuke okukhulu kunakhokonke makube umuntu oshadelwe / Oshadile aayyi impohlo izofafaza umoya wobuMpohlo ebandleni bathi cha abayiceli abanesifiso benga Aplaya